Umsolwa ubhekene necala lokubulala, ukuzama ukubulala kanye nokudlwengula, kanti uzovela eNkantolo yeMantshi yaseLouwsburg ngoLwesihlanu, 7 November 2025.
USOLA ukuthi kwahlelwa ngaphambi kosuku lwesigameko ukubulawa kowesilisa waseWoza, KwaNzimakwe, eMargate, umndeni wakhe kulandela ukutholwa kwesidumbu sakhe sesonakele ngeledlule. Isidumbu sikaMnuz ...
KUBI ehhovisi leSilo uMisuzulu Sinqobile kaZwelithini, njengoba lithumele imiyalezo eshayisanayo ngenkulumo yeMbube okuthiwa izokuba namhlanje esigodlweni KwaKhangelamankengane. Umabhalane ehhovisi ...
USOBISHINI usigagxamabhande wophiko loKlebe owabanjwa eqamba amanga phambi kwekhomishini ephenya izinsolo ezenziwa uKhomishana wamaPhoyisa KwaZulu-Natal, uLieutenant General Nhlanhla Mkhwanazi.
Amaphoyisa abhimbise uhlelo lwamaholidi amnandi kushaywa ishisani-thosani ngesikhathi ebopha amadoda ayisithupha asolwa ngokuduna iloli ebelithwele inyama yenani elingaphezu kuka-R500 000 ku-R559 ...
"Siyasebenzisana nenhlangano iSantaco, nososeshini abahlukene esifundazweni. Siyoke sifike sizochaza ngezinye zezinto njengoba kuba namathimba akhiwayo ukuze kulungiswe izinkinga ezikhona. Omasipala ...
Okusisalele wukuthi sikhiphele isibhongo seChampions League kuwona wonke amaqembu esizobhekana nawo,” kusho u-Ouaddou.
UManqoba Mngqithi oyinhloko yabaqeqeshi kwiLamontville Golden Arrows unethemba lokuphinda umlando waleli qembu laseThekwini wango-2009.
UMiguel Cardoso opheka iMamelodi Sundowns uveze umqondo ocashile ngokuphuma kwe-Orlando Pirates kwiCaf Champions League.
ISwift ingezinye zezimoto ezenza iSuzuki ibe sendaweni yesibili ngokudayisa kakhulu izimoto ezintsha eNingizimu Afrika ...
Isitobha seMamelodi Sundowns u-Aubrey Modiba sigeqe amagula ngokwenza bangazwani nokushaywa yi-Orlando Pirates.
IPHINI likamengameli wezwe uMnuz Paul Mashatile lithi bafuna aphume aphele embuthweni amaphoyisa enza izinto ezingalungile ...